A A A A A

Бог: [Финансовое Благословение]


1 Царств 2:7
Господь делает нищим и приносит богатство, унижает и возвышает.

2 Коринфянам 8:9
Ибо вам известно благодать Господа нашего Иисуса Христа, Который был богат, но стал беден ради вас, чтобы через Его бедность мы обогатились.

3 Иоанна 1:2
Мой возлюбленный друг! Я молюсь, чтобы ты преуспевал во всём и был в добром здравии, а то, что духом ты здоров, мне уже известно.

Екклесиаст 9:10
Каждый раз, находя для себя работу, делай её как можно лучше, в могиле нет работы, нет никаких планов, ни знаний, ни мудрости. Все мы уйдём в места смерти.

Галатам 6:9
Так не уставайте же творить добро, ибо мы пожнём нашу жатву во время должное, если не отступим.

Бытие 13:2
Аврам был в то время очень богат, у него было много скота, серебра и золота.

Осия 4:6
Мой народ погиб из-за неведения. Как ты не желал узнать, так и Я не желаю, чтобы ты был Моим священником; как ты забыл закон твоего Бога, так и Я забуду твоих детей.

Иаков 5:12
И прежде всего, братья мои, прекратите клясться небом и землёй, а также любыми другими клятвами. Ваше "Да" должно быть "Да", а ваше "Нет" должно быть "Нет", чтобы Бог не осудил вас.

Иоанн 6:12
Иисус сказал Своим ученикам: "Соберите все остатки, чтобы ничего не пропало".

Луки 6:38
давайте, и вам будет дано; мерой полной, так что даже будет пересыпаться через край, вам будет отсыпано, ибо какой мерой отмерите, такой же отмерится и вам".

Луки 12:34
Ибо сердца ваши будут там, где сокровище ваше".

Притчи 10:22
Благословленье Господнее приносит истинное богатство, печали же никакой не приносит.

Притчи 11:14
Падёт народ, чей правитель слаб, но при мудрых советниках этот народ спасётся.

Притчи 19:17
Давать бедным - все равно, что давать в долг Господу. Он воздаст тебе, если ты был добр к бедным.

Притчи 21:17
Если приятное времяпрепровождение - главное для человека, то он будет беден, и, если человек тот любит вино и еду, он никогда не будет богатым.

Притчи 22:9
Будет благословен легко дающий, потому что делит он хлеб свой с бедными.

Притчи 28:22-27
[22] Себялюбивый желает одного - стать богатым, не понимает такой, как близок он к бедности.[23] Если ты помогаешь человеку, указывая на его ошибки, он позже будет очень этому рад. Это гораздо лучше, чем всегда говорить людям только приятное.[24] Некоторые крадут у отца и матери, говоря: "Это не грех". Такой так же плох, как приходящий в дом и всё разбивающий.[25] Себялюбивый приносит беды, но верующий будет вознаграждён.[26] Самоуверенный глуп, но мудрый избежит несчастья.[27] У дающего бедным будет всего в изобилии, тот же, кто отворачивается, будет проклят многократно.

Псалтирь 24:1
Давиду. [1] На Тебя полагаюсь, Господи!

Матфей 6:33
Заботьтесь прежде всего о Царстве Божьем и о праведности, а всё прочее будет вам дано в дополнение.

Матфей 23:23
Горе вам, учители закона и фарисеи, лицемеры! Ибо отдаёте десятую часть урожая аниса, мяты и тмина Богу, но пренебрегаете более важными учениями закона: справедливостью, милосердием и верой. Но именно это следует исполнять, не пренебрегая и тем.

Матфей 25:21
Господин сказал ему: "Хорошо. Ты хороший, верный слуга. Ты хорошо распорядился этой малой суммой денег, и теперь я поручу тебе большую. Раздели со мной мою радость".

Римлянам 13:8
Ningabi nacala lani nakubani, kuphela elokuthandana; ngokuba othanda omunye uwugcwalisile umthetho.

Марк 11:22-23
[22] UJesu waphendula, wathi kubo: “Kholwani nguNkulunkulu.[23] Ngiqinisile ngithi kini: Yilowo nalowo oyakuthi kule ntaba: ‘Nqukuleka, uphonseke elwandle,’ engangabazi enhliziyweni yakhe kepha ekholwa ukuthi lokho akushoyo kuyenzeka, uzakuba nakho.

2 Коринфянам 9:6-8
[6] Kepha nakhu: ohlwanyela ingcosana uyakuvuna ingcosana, nohlwanyela kakhulu uyakuvuna kakhulu.[7] Yilowo nalowo anikele njengalokho azikhethele khona enhliziyweni, kungabi ngokudabuka nangokucindezelwa, ngokuba uNkulunkulu uyamthanda onikelayo ethokoza.[8] Kepha uNkulunkulu unamandla okunipha umusa wonke uvame, ukuze kuthi ninokwanela konke ezintweni zonke ngezikhathi zonke, nivame imisebenzi yonke emihle,

Луки 14:28-30
[28] “Ngokuba ngumuphi kini othi efuna ukwakha umbhoshongo, angaqali ahlale phansi, abale izindleko ukuthi unakho okokuwuqeda na?[29] Funa kuthi esebeke isisekelo, engenamandla okuqeda, bonke abakubonayo baqale ukumhleka,[30] bathi: ‘Lo muntu waqala kabanga namandla okuqeda.’

Луки 6:34-36
[34] Uma nitsheleka labo enithemba ukwamukela kubo, ninakubongwa kuni na? Nezoni zitsheleka izoni ukuba zamukele okungako.[35] Kepha thandani izitha zenu, nenze okuhle, nitsheleke, ningadikibali; nomvuzo wenu uyakuba mkhulu, nibe ngabantwana boPhezukonke, ngokuba umnene yena kwabangabongiyo nababi.[36] Yibani nesihawu, njengokuba uYihlo enesihawu.

Иаков 5:1-3
[1] Minani nina bacebileyo; khalani, nilile ngezinhlupheko eziyakunehlela.[2] Ingcebo yenu ibolile, nezingubo zenu zidliwe yizinundu;[3] igolide lenu nesiliva kugwalile, nokugwala kwakho kuyakuba ngufakazi ngakini, kudle inyama yenu njengomlilo. Niqongelele ingcebo ezinsukwini zokuphela.

Матфей 6:1-34
[1] “Kepha qaphelani ningenzi ukulunga kwenu phambi kwabantu ukuba nibonwe yibo, funa ningabi nawo umvuzo kuYihlo osezulwini.[2] “Ngakho-ke nxa wabela isipho, ungakhalisi icilongo phambi kwakho, njengalokhu kwenza abazenzisi emasinagogeni nasemigwaqweni ukuba badunyiswe ngabantu. Ngiqinisile ngithi kini: Sebewamukele umvuzo wabo.[3] Kepha wena, nxa wabela isipho, isandla sakho sokhohlo masingakwazi esikwenzayo esokunene,[4] ukuze isipho sakho sibe sekusithekeni; noYihlo obona ekusithekeni uzakukuvuza.[5] “Nalapho nikhuleka, ningabi njengabazenzisi, ngokuba bethanda ukukhuleka bemi emasinagogeni nasezinhlanganweni zezindlela ukuba babonwe ngabantu. Ngiqinisile ngithi kini: Sebewamukele umvuzo wabo.[6] Kepha wena, nxa ukhuleka, ngena ekamelweni lakho, uthi usuvale umnyango wakho ukhuleke kuYihlo osekusithekeni; noYihlo obona ekusithekeni uzakukuvuza.[7] Kodwa nxa nikhuleka, ningathemelezi njengabezizwe, ngokuba bathi bayakuzwiwa ngokukhuluma kwabo okuningi.[8] Ngakho-ke maningafani nabo; ngokuba uYihlo uyakwazi enikuswelayo ningakaceli kuye.[9] Ngakho-ke anokhuleka kanje, nithi: “ ‘Baba wethu osezulwini, malingcweliswe igama lakho;[10] mawufike umbuso wakho; mayenziwe intando yakho emhlabeni njengasezulwini;[11] usiphe namuhla isinkwa sethu semihla ngemihla;[12] usithethelele amacala ethu, njengalokhu nathi sibathethelela abanecala kithi;[13] ungasingenisi ekulingweni, kodwa usikhulule kokubi; ngokuba umbuso ungowakho, namandla, nenkazimulo, kuze kube phakade. Amen.’[14] “Ngokuba uma nithethelela abantu iziphambeko zabo, noYihlo wasezulwini uyakunithethelela nani.[15] Kepha uma ningathetheleli abantu iziphambeko zabo, noYihlo akayikunithethelela iziphambeko zenu.[16] Futhi nxa nizila ukudla, ninganyukumali njengabazenzisi; ngokuba bona banyakamisa ubuso babo, ukuze babonakale kubantu ukuthi bazilile. Ngiqinisile ngithi kini: Sebewamukele umvuzo wabo.[17] Kepha wena, nxa uzila, gcoba ikhanda lakho, ugeze ubuso bakho,[18] ukuze ungabonakali kubantu ukuthi uzilile kodwa kuYihlo osekusithekeni; noYihlo obona ekusithekeni uzakukuvuza.[19] “Ningazibekeleli ingcebo emhlabeni, lapho kona inundu nokugqwala, nalapho amasela efohla khona, ebe.[20] Kepha zibekeleleni ingcebo ezulwini, lapho kungoni inundu nokugqwala, nalapho amasela engafohli khona, ebe.[21] Ngokuba lapho kukhona ingcebo yakho, nenhliziyo yakho iyakuba khona lapho.[22] “Isibani somzimba yiso. Ngakho uma iso lakho lilihle, uzakukhanya umzimba wakho wonke.[23] Kepha uma iso lakho lilibi, uzakuba mnyama umzimba wakho wonke. Ngakho uma ukukhanya okukuwe kungubumnyama, ubumnyama bukhulu kangakanani![24] “Akakho ongakhonza amakhosi amabili. Ngokuba uyakuzonda enye, athande enye, noma abambelele kwenye, adelele enye. Ningekhonze uNkulunkulu noMamona.[25] “Ngalokho-ke ngithi kini: Ningakhathazeki ngokuphila kwenu ukuthi niyakudlani noma niyakuphuzani, nangomzimba wenu ukuthi niyakwembathani. Ukuphila akukukhulu kunokudla nomzimba kunesambatho na? 6:25 Luk. 12:22; Fil. 4:6; Heb. 13:5; 1 Pet. 5:7.[26] Bukani izinyoni zezulu ukuthi azihlwanyeli, azivuni, azibekeleli ezinqolobaneni; nokho uYihlo wasezulwini uyazondla. Nina kanizidluli kakhulu na? 6:26 AmaH. 147:9; Luk. 12:6.[27] Ngumuphi kini ongelekela ebudeni bakhe ingalo ibe nye ngokukhathazeka na?[28] “Nikhathazekelani ngesambatho na? Qaphelani iminduze yasendle ukuthi imila kanjani; kayikhandleki, kayiphothi;[29] kepha ngithi kini: NoSolomoni ebukhazikhazini bakhe bonke wayengembathisile okomunye wayo.[30] Uma uNkulunkulu embathisa kanjalo utshani basendle obukhona namuhla, ngomuso buphonswe eziko, akayikunembathisa kakhulu nina eninokukholwa okuncane na?[31] Ngakho-ke ningakhathazeki nithi: ‘Siyakudlani?’ noma: ‘Siyakuphuzani?’ noma: ‘Siyakwembathani na?’[32] Ngokuba konke lokhu abezizwe bayakufunisisa; ingani uYihlo wasezulwini uyazi ukuthi niyakudinga konke lokhu.[33] Kodwa funani kuqala umbuso kaNkulunkulu nokulunga kwakhe, khona konke lokhu kuyakwenezelwa nina.[34] Ningakhathazeki ngengomuso, ngokuba ingomuso iyakukhathalela okwayo. Inkathazo yosuku yanele lona.

Zulu Bible 1959
Bible Society of South Africa. © Bible Society of South Africa. Used with Permission. All rights reserved.